Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 12:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kepha abaFarisi bebona lokho bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukuba kwenziwe ngesabatha.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 AbaFarisi bekubona lokho, bathi kuye: “Awubheke ukuthi abafundi bakho benzani, benza okungavunyelwe ngesabatha.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 12:2
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinsuku eziyisithupha kumelwe wenze umsebenzi wakho, futhi ngosuku lwesikhombisa kumelwe uphumule, ukuze inkabi yakho nembongolo yakho ziphumule, futhi indodana yesigqilakazi sakho nomfokazi baqabuleke.


Izinsuku eziyisithupha kumelwe kusetshenzwe, kepha ngosuku lwesikhombisa kuyakuba kini usuku olungcwele, isabatha lokuphumula elivela kuJehova; wonke umuntu osebenza kulo kumele abulawe.


Uma ubuyisa unyawo lwakho esabathani, ukuze uthokoze ngosuku lwami olungcwele; ulibize isabatha ngokuthi injabulo, ingcwele kaJehova, idunyiswa; futhi umhloniphe ngokungenzi izindlela zakho futhi ungafuni okuthandwa nguwe futhi ungakhulumi amazwi akho.


Bheka, kwakukhona umuntu onesandla esishwabene. Bambuza-ke, bathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na? ukuze bambeke icala.


Kodwa wathi kubo: Anifundanga yini uDavida akwenzayo mhla elambile yena lababelaye;


AbaFarisi bathi kuye: “Bheka, benzani ngesabatha okungavunyelwe na?


UJesu waphendula wakhuluma kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na?


Base bebuya, balungisa amakha namafutha; waphumula ngosuku lwesabatha ngokomthetho.


Abanye babaFarisi bathi kubo: “Nenzelani okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka