Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KwabaseRoma 4:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa hhayi phambi kukaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa phambi kukaNkulunkulu qha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Ngokuba uma u-Abhrahama walungisiswa ngemisebenzi, unokuzigabisa, kodwa hhayi phambi kukaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa hhayi phambi kukaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseRoma 4:2
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UFaro wambiza u-Abrama, wathi: “Kuyini lokhu okwenze kimi na? awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho?


UFaro wayala amadoda ngaye, ammukisa nomkakhe nakho konke anakho.


Wathi kimi: “Ngena, ubone izinengiso ezimbi abazenzayo lapha.”


Ngakho nginokuzibonga ngoKristu Jesu ezintweni ezikaNkulunkulu.


Ukuze kungabikho nyama ezibonga phambi kwakhe.


ukuze, njengokulotshiweyo ukuthi: Ozibongayo, makazidumise eNkosini.


Ngokuba ngubani okwenza uhluke komunye na? futhi yini onayo ongayamukelanga? manje uma wamukele, uzibongelani kungathi awukayamukeliswanga na?


Ngokuba noma ngishumayela ivangeli, anginakuzibonga, ngokuba kube yimpoqo phezu kwami; yebo, maye kimi uma ngingalishumayeli ivangeli!


Kodwa engikwenzayo, lokho ngizakwenza, ukuze ngiqume ithuba kwabafuna ithuba; ukuze kulokho abaziqhayisa ngakho, baficwe benjengathi.


Uma kufanele ngizidumise, ngizoziqhayisa ngezinto eziphathelene nobuthakathaka bami.


Ngokuba asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzibonga ngathi, ukuze nibe nakho ukuphendula abazibongayo ngokusemehlweni kungeyisikho ngenhliziyo.


Kepha umbhalo uvalile konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa nguJesu Kristu siphiwe abakholwayo.


akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo.


njalo ngifunyanwe kuye, ngingelakho okwami ukulunga okuvela emthethweni, kodwa lokho okungokholo lukaKristu, ukulunga okuvela kuNkulunkulu ngokukholwa;


UJoshuwa wayesethi kubo bonke abantu: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Ezinsukwini zasendulo oyihlo babehlala ngaphesheya koMfula, uThera, uyise ka-Abrahama, noyise kaNahori; bakhonza abanye onkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka