Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KwabaseGalathiya 2:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngokuba bengakafiki abathile ababevela kuJakobe, wadla nabezizwe;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba bengakafiki abanye ababevela kuJakobe, wayedla nabezizwe; kepha kuthe ukuba kufike bona, wamonyuka, wazahlukanisa nabo, esaba abokusoka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Ngokuba bengakafiki abanye ababevela kuJakobe, wayedla nabezizwe, kodwa lapho sebefikile, wamonyuka, wazehlukanisa nabo, ngokuba esaba abokusoka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngokuba bengakafiki abathile ababevela kuJakobe, wadla nabezizwe;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseGalathiya 2:12
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukwesaba abantu kuveza ugibe; kepha owethemba uJehova uyakusindiswa.


Wesaba, noma wesaba bani, uze uqambe amanga, ungacabangi ngami, ungakubekeli enhliziyweni na? angizange ngithule kusukela kudala, wena awungesabi na?


abathi: Yima wena, ungasondeli kimi; ngokuba mina ngingcwele kunawe. Kungumusi emakhaleni ami, umlilo ovutha usuku lonke.


AbaFarisi nababhali bakhonona, bathi: “Lo wamukela izoni, adle nazo.


Kodwa iwayini elisha limelwe ukuthelwa ezimvabeni ezintsha; futhi zombili ziyalondolozwa.


Wathi kubo: Niyazi ukuthi akuvunyelwe ukuba umuntu ongumJuda ahlangane noma eze kowesinye isizwe; kodwa uNkulunkulu ungibonisile ukuthi ngingabizi muntu ngokuthi ungcolile noma ungcolile.


Kodwa wabaqhweba ngesandla ukuthi bathule, wabalandisela ukuthi iNkosi imkhuphe njani entolongweni. Wathi: “Bikelani uJakobe nakubazalwane lokho.” Wasuka, waya kwenye indawo.


Kodwa kuthe ngibona ukuthi kabahambanga ngokuqondileyo njengokweqiniso levangeli, ngathi kuPetro phambi kwabo bonke: Uba wena ongumJuda uphila ngendlela yabezizwe, hatshi eyamaJuda, ubacindezela ngani abaJuda? AbeZizwe ukuba baphile njengamaJuda?


Kwathi oJakobe, noKhefase, noJohane, ababebonakala beyizinsika, bebona umusa engiwuphiweyo, banika mina noBarnaba isandla sokunene sokuhlangana; ukuze siye kwabezizwe, bona baye kwabasokile.


Echithile ubutha enyameni yakhe, umthetho wemiyalo osezimisweni; ukuze enze kuye ngababili umuntu munye omusha, enze ukuthula;


ukuze abezizwe babe yizindlalifa kanye nami, futhi babe umzimba ofanayo, futhi abahlanganyeli sesithembiso sakhe kuKristu ngevangeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka