Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KwabaseFilipi 1:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 ukuze ukuthokoza kwenu kwengezelelwe kuKristu Jesu ngami ngokubuya kwami kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 ukuze ukuzibonga kwenu ngami kuvame kuKristu Jesu ngokufika kwami futhi kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

26 ukuze ukuzibonga kwenu ngami kuvame kuKhristu uJesu ngobukhona bami futhi kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 ukuze ukuthokoza kwenu kwengezelelwe kuKristu Jesu ngami ngokubuya kwami kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseFilipi 1:26
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngangena ensimini yami, dadewethu, makoti wami; Ngabutha imure lami namakha ami; Ngadla amakhekheba ami nezinyosi zami; Ngaphuza iwayini lami kanye nobisi lwami; dlani, oh bangane! phuzani, yebo, phuzani kakhulu, zithandwa.


Nani-ke nilusizi manje, kepha ngobuye nginibone, inhliziyo yenu ijabule; intokozo yenu akakho oniphuca yona.


Kuze kube manje anikaceli lutho egameni lami; celani, nizakwamukeliswa, ukuze ukuthokoza kwenu kugcwale.


njengalokho nasivuma nganxanye, ukuthi siyikuzibonga kwenu, njengalokhu nani ningabethu ngosuku lweNkosi uJesu.


Ngokuba asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzibonga ngathi, ukuze nibe nakho ukuphendula abazibongayo ngokusemehlweni kungeyisikho ngenhliziyo.


Ngokuba uma ngiziqhayise ngotho kuye ngani, anginamahloni; kepha njengalokho sakhuluma kini zonke izinto ngeqiniso, kanjalo nokuzibonga kwethu phambi kukaThithu kwaba yiqiniso.


Sikhulu isibindi sami ngani, ngizibonga kakhulu ngani; ngigcwele induduzo, ngithokoza kakhulu osizini lwethu lonke.


Kepha uNkulunkulu oduduza abadanileyo, wasiduduza ngokufika kukaThithu;


Kodwa yilowo lalowo kahlole owakhe umsebenzi, yikhona ezakuba lokuzibonga yena yedwa, hatshi ngomunye.


Elokugcina, bazalwane bami, thokozani eNkosini. Ukunilobela zona lezi zinto akungihluphi kimi, kepha nina kuyanivikela.


Ngokuba singabokusoka thina esikhonza ngoMoya kaNkulunkulu, sizibonga kuKristu Jesu, singathembi enyameni.


Kepha ngathokoza kakhulu eNkosini, ngokuba manje senize navuselela ukunginakekela kwenu; enanaka ngakho, kepha anibanga nathuba.


Jabulani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Jabulani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka