Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 6:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uma behlubuka, babuye bavuselelwe ekuphendukeni; njengoba sebezibethela kabusha iNdodana kaNkulunkulu, futhi bayithela ngehlazo obala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 babuye bahlubuka – akunakwenzeka ukuba babuye bavuswe, baphenduke, lokhu sebezibethelela iNdodana kaNkulunkulu, bayithela ngehlazo obala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 akunakwenzeka ukuba bathi sebehlubukile, bayibethela bona uqobo iNdodana kaNkulunkulu, ukuba babuye futhi baphenduke, lokhu bayithele ngehlazo obala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 uma behlubuka, babuye bavuselelwe ekuphendukeni; njengoba sebezibethela kabusha iNdodana kaNkulunkulu, futhi bayithela ngehlazo obala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 6:6
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nkulunkulu, dalele kimi inhliziyo ehlanzekileyo; uvuse umoya oqondileyo phakathi kwami.


Ukubhujiswa kwabaphambukayo nezoni kuyakuba kanyekanye, nabamshiyayo uJehova baphele.


Kodwa uJesu wabakhangela wathi kubo: Kubantu lokhu kakwenzeki; kodwa kuNkulunkulu zonke izinto ziyenzeka.


Impela niyafakaza ukuthi niyavumelana nezenzo zaboyihlo, ngokuba bona bababulala, nina nakha amathuna abo.


Ubayala ngobumnene labo abamelana labo; uma mhlawumbe uNkulunkulu ebanika ukuphenduka ekulazini iqiniso;


Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, awusekho umhlatshelo wezono;


nicabanga ukuthi umelwe ukujeziswa kabuhlungu kangakanani lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, owathi igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, liyichilo, futhi edelele uMoya yomusa?


sibheke kuJesu umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu; owathi ngenxa yentokozo eyayibekwe phambi kwakhe wathwala isiphambano, edelela ihlazo, futhi usehlezi ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.


Ngakho lokhu silompristi omkhulu odabule emazulwini, uJesu iNdodana kaNkulunkulu, masibambe isivumo sethu.


Ngokuba akunakwenzeka ngalabo asebake bakhanyiswa, banambitha isiphiwo sasezulwini, benziwa abahlanganyeli kuMoya oNgcwele,


Ngokuba ngabe kwaba ngcono kubo ukuba bebengayazanga indlela yokulunga kunokuba sebeyazi bafulathele umyalo ongcwele abawunikwayo.


Uma umuntu ebona umzalwane wakhe ona ngesono esingesiso esokufa, makacele, uyakumnika ukuphila, kulabo abenza isono esingesiso esokufa. Kukhona isono sokufa; angisho ukuthi uyakusithandazela.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka