Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 12:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngokuba niyazi ukuthi ngasemuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akafumananga indawo yokuphenduka, nakuba ekufunisisa ngezinyembezi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba niyazi ukuthi, nokuba ngasemuva ethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akalitholanga ithuba lokuphenduka, noma ekufunisisa ngezinyembezi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Niyazi ukuthi kamuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, akabe esalithola ithuba lokuphenduka, nakuba esekufunisisa ngezinyembezi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngokuba niyazi ukuthi ngasemuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akafumananga indawo yokuphenduka, nakuba ekufunisisa ngezinyembezi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 12:17
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantu bazababiza ngokuthi yisiliva elahlwayo, ngoba uJehova ubalahlile.


Khona ngiyakufakaza kubo ukuthi: Angizange nginazi; sukani kimi nina benzi bokubi.


Kepha uma uthela ameva namakhakhasi, uyaliwa, useduze nokuqalekiswa; okuphela kwawo kungukushiswa.


ningaphindiseli okubi ngokubi, nokuthuka ngokuthuka, kodwa ngokuphambene nibusise; nazi ukuthi nabizelwa lokho, ukuze nidle ifa lesibusiso.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka