Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 10:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 nicabanga ukuthi umelwe ukujeziswa kabuhlungu kangakanani lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, owathi igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, liyichilo, futhi edelele uMoya yomusa?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 pho, nithi ufanele ukushaywa kangakanani kunalokho lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, wadelela igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, wahlambalaza uMoya womusa, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

29 Pho-ke nicabanga ukuthi singakanani isijeziso salowo obukele phansi iNdodana kaNkulunkulu, wadelela igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, wahlambalaza uMoya womusa, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 nicabanga ukuthi umelwe ukujeziswa kabuhlungu kangakanani lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, owathi igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, liyichilo, futhi edelele uMoya. yomusa?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 10:29
40 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi: “Mphonseni phansi.” Amphonsa phansi, elinye igazi lakhe lafafazwa odongeni nasemahhashini, wamnyathela phansi.


Ngifundise ukwenza intando yakho; ngoba wena unguNkulunkulu wami. Umoya wakho muhle; ngiholele ezweni lobuqotho.


Uyakunyathela ingonyama nebululu; kufanele unyathele ibhongo lengonyama nodrako.


UMose wayesethatha igazi, wafafaza ngalo abantu, wathi: “Nanti igazi lesivumelwano uJehova asenza nani ngawo onke lawa mazwi.


Kepha wena ulahliwe ethuneni lakho njengehlumela elinengekayo, nanjengezingubo zababulewe, abagwazwe ngenkemba, behlela ematsheni omgodi; inyathelwe phansi njengesidumbu.


Umqhele wokuziphakamisa, izidakwa zakwa-Efrayimi, ziyakunyathelwa phansi;


Kepha bahlubuka, bahlupha uMoya wakhe oNgcwele; ngalokho waba yisitha sabo walwa nabo.


Ngingakakubumbi esizalweni, ngakwazi; ungakaphumi esizalweni, ngakungcwelisa, ngakubeka umprofethi ezizweni.


UJehova uwanyathele phansi onke amaqhawe ami phakathi kwami; ungibizele umhlangano wokuchoboza izinsizwa zami; uJehova unyathele phansi intombi, indodakazi yakwaJuda, njengasesikhamweni sewayini.


Lapho ngidlula kuwe, ngakubona ungcolile ngegazi lakho, ngathi kuwe usegazini lakho: Phila! yebo, ngathi kuwe usegazini lakho: Phila!


Ngase ngizwa ongcwele ekhuluma, nomunye ongcwele ethi kulowo owakhulumayo: “Koze kube nini umbono ongowemihlatshelo yemihla ngemihla nesiphambeko sencithakalo, ukunikelwa kwendlu engcwele nebutho ukunyathelwa phansi abe?


Khona isitha sami siyakubona, simbozwe amahloni esasithi kimi: ‘Uphi uJehova uNkulunkulu wakho? amehlo ami ayakumbheka; manje liyakunyathelwa phansi njengodaka lwezitaladi.


Ngiyakuthululela phezu kwendlu kaDavide naphezu kwabakhileyo eJerusalema umoya womusa nokunxusa; futhi bayongibheka mina abangigwazayo, futhi bayomlilela njengoba nje umuntu elilela indodana yakhe eyodwa, futhi bayoba munyu kuyo, njengomuntu omunyu ngenxa yezibulo lakhe.


Ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi kukho ukuthethelelwa kwezono.


Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.


Sebebona abanye babafundi bakhe bedla isinkwa ngezandla ezingcolileyo, okungukuthi ezingagezwanga, basola.


Nalowo okhuluma izwi elibi ngeNdodana yomuntu uyakuthethelelwa, kepha ohlambalaza uMoya oNgcwele kayikuthethelelwa.


Nina nisho ngaye uBaba amngcwelisayo, wamthuma ezweni, ukuthi: Uyahlambalaza; ngoba ngithe: Mina ngiyiNdodana kaNkulunkulu?


Nangenxa yabo ngiyazingcwelisa, ukuze nabo bangcweliswe ngeqiniso.


Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;


UNkulunkulu wokuthula uzakumchoboza masinyane uSathane phansi kwezinyawo zenu. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani. Amen.


Ngakho-ke odla lesi sinkwa, anathe lesisitsha seNkosi ngokungafanele, unecala lomzimba negazi leNkosi.


Ngokuba odlayo anathe ngokungafanele, uzidlela aziphuzele ukulahlwa, engawahlukanisi umzimba weNkosi.


Ngokuba umelwe ukubusa, aze abeke izitha zonke phansi kwezinyawo zakhe.


Ngokuba izinto zonke uzibekile phansi kwezinyawo zakhe. Kepha nxa ethi zonke izinto zithotshiswe phansi kwakhe, kusobala ukuthi ungaphandle yena owabeka zonke izinto phansi kwakhe.


Babenjalo abanye kini, kepha senagezwa, senangcweliswa, senalungisiswa egameni leNkosi uJesu Kristu nangoMoya kaNkulunkulu wethu.


Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.


ukuze alingcwelise, alihlambulule ngesigezo samanzi ngezwi;


Ngaleyo ntando singcwelisiwe ngokunikelwa komzimba kaJesu Kristu kwaba kanye.


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


Kepha uNkulunkulu wokuthula owakhuphula kwabafileyo uMalusi omkhulu wezimvu ngegazi lesivumelwano esiphakade, iNkosi yethu uJesu Kristu.


Ngoba kokubili ongcwelisayo lalabo abangcweliswayo bonke bavela oyedwa;


Thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? eyaqala ukukhulunywa yiNkosi, yaqinisekiswa kithi yilabo abayizwayo;


Ngakho lokhu silompristi omkhulu odabule emazulwini, uJesu iNdodana kaNkulunkulu, masibambe isivumo sethu.


Ngokuba akunakwenzeka ngalabo asebake bakhanyiswa, banambitha isiphiwo sasezulwini, benziwa abahlanganyeli kuMoya oNgcwele,


Uma behlubuka, babuye bavuselelwe ekuphendukeni; njengoba sebezibethela kabusha iNdodana kaNkulunkulu, futhi bayithela ngehlazo obala.


Ngoba uba igazi lezinkunzi lelezimbuzi lomlotha wethokazi ufafaza abangcolileyo, kungcwelisela ekuhlambululeni inyama;


esithi: Lokhu kuyigazi lesivumelwano uNkulunkulu alilaye ngaso.


nakuJesu Kristu, ongufakazi othembekileyo, nezibulo kwabafileyo, nombusi wamakhosi omhlaba. Kuye owasithandayo nowasigeza ezonweni zethu ngegazi lakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka