Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 1:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngoba yiyiphi yezingilosi ake atsho kuyo ukuthi: Wena uyiNdodana yami, lamuhla mina ngikuzele? Futhi futhi: Mina ngiyoba uYise kuyo, futhi uyoba yiNdodana kimi?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba yiyiphi yezingelosi ake asho kuyo ukuthi: “UyiNdodana yami wena, namuhla ngikuzele,” na? nokuthi: “Ngiyakuba nguYise kuyona, yona ibe yiNdodana kimina,” na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Ngokuba yiyiphi phakathi kwezingelosi ake athi kuyo: “Wena uyiNdodana yami, namuhla ngikuzele,” na? nokuthi: “Ngiyakuba nguYise kuyona, Yona ibe yiNdodana kimina,” na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngoba yiyiphi yezingilosi ake atsho kuyo ukuthi: Wena uyiNdodana yami, lamuhla mina ngikuzele? Futhi futhi: Mina ngiyoba uYise kuyo, futhi uyoba yiNdodana kimi?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 1:5
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Mina ngizakuba nguyise, yona ibe yindodana yami. Uma enza okubi, ngiyakumshaya ngenduku yabantu nangemivimbo yamadodana abantu;


Mina ngizakuba nguyise, yona ibe yindodana yami;


Nguye ozakwakhela ibizo lami indlu; yena uyakuba yindodana Kimi, mina ngibe nguyise wayo; ngiyakumisa isihlalo sobukhosi sombuso wakhe phezu kuka-Israyeli kuze kube phakade.


Wathi kimi: USolomoni indodana yakho, nguyena oyakwakha indlu yami namagceke ami, ngokuba ngimkhethile ukuba abe yindodana yami, mina ngibe nguyise kuyo.


Mina ngizamemezela isinqumo: UJehova wathi kimi: Wena uyiNdodana yami; namuhla ngizalile.


UNkulunkulu usigcwalisile kithina bantwana babo ngokumvusa uJesu; njengoba kulotshiwe futhi ehubweni lesibili ukuthi: Wena uyiNdodana yami, namuhla ngikuzele.


Kanjalo noKristu akazikhazimulisanga yena ukuba abe ngumpristi omkhulu; kodwa owathi kuye: Wena uyiNdodana yami, lamuhla ngikuzele.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka