Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 6:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Khona uJesu ephakamisa amehlo akhe, wabona isixuku esikhulu siza kuye, wathi kuFiliphu: Singazithenga ngaphi izinkwa, ukuze laba badle na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kuthe uJesu ephakamisa amehlo, wabona ukuthi isixuku esikhulu siza kuye, wathi kuFiliphu: “Sizakuzithengaphi izinkwa ukuba badle laba na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Kuthe lapho uJesu ephakamisa amehlo, wabona isixuku esikhulu siza kuye, wathi kuFiliphu: “Sizakuzithenga kuphi izinkwa ukuba laba badle na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Khona uJesu ephakamisa amehlo akhe, wabona isixuku esikhulu siza kuye, wathi kuFiliphu: Singazithenga ngaphi izinkwa, ukuze laba badle na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 6:5
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngizakutholaphi inyama yokupha bonke lababantu? ngokuba bakhala kimi, bathi: ‘Siphe ukudla, sidle.’


Abafundi bakhe bathi kuye: “Singazitholaphi izinkwa ezingaka ehlane ukuba sisuthise isixuku esingaka na?


Basuka ngomkhumbi baya endaweni eyihlane bebodwa.


Sebebuyile abaphostoli bamtshela konke ababekwenzile. Wabathatha, wamuka nabo bebodwa endaweni eyihlane yomuzi othiwa iBetsayida.


Ngangomuso wafuna ukuphuma aye eGalile, wafumana uFiliphu, wathi kuye: “Ngilandele.


UFiliphu wayengowaseBetsayida, umuzi ka-Andreya noPetru.


UFiliphu wafumana uNathanayeli, wathi kuye: “Simfumene lowo aloba ngaye emthethweni uMose kanye nabaprofethi, uJesu waseNazaretha, indodana kaJosefa.


UNathanayeli wasesithi kuye: Kambe kukhona into enhle evela eNazaretha? UFiliphu wathi kuye: Woza ubone.


UNathanayeli wathi kuye: “Ungazelaphi na? UJesu waphendula, wathi kuye: Ngaphambi kokuthi uFiliphu akubize, uphansi komkhiwane, ngakubona.


Anisho yini ukuthi: Kusasele izinyanga ezine, kufike ukuvuna na? bhekani, ngithi kini: Phakamisani amehlo enu, nibuke amasimu; ngoba asemhlophe alungele ukuvunwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka