Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 4:46 - Contemporary Zulu Bible 2024

46 UJesu wabuye weza eKhana laseGalile, lapho enza khona amanzi aba yiwayini. Kwakukhona induna ethile, indodana yayo yayigula eKapernawume.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 UJesu wayesephinda eza eKhana laseGalile, lapho enza khona amanzi abe yiwayini. Kwakukhona induna ethile yenkosi endodana yayo yayigula eKapernawume.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

46 Ngakho-ke waphinda waya eKhana eGalile, lapho aguqula khona amanzi aba yiwayini. Kwakukhona induna ethile yenkosi eyayigulelwa yindodana yayo eKhaphernawume.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

46 UJesu wabuye weza eKhana laseGalile, lapho enza khona amanzi aba yiwayini. Kwakukhona induna ethile, indodana yayo yayigula eKapernawume.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 4:46
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi ungibize ngosuku lwenhlupheko: ngizakusindisa, njalo uzangidumisa.


Kwathi ezibulala, zamfuna; babuya, babuza kuNkulunkulu ekuseni.


Ngizohamba ngibuyele endaweni yami baze basivume isiphambeko sabo futhi bafune ubuso bami; osizini lwabo bayongifuna kusenesikhathi.


Bheka, kwavela kuleyo mikhawulo owesifazane waseKhanani, wakhala kuye, wathi: “Ngihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide; Indodakazi yami ikhwelwe kabi yidemoni.


Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elisogwini lolwandle, emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali;


Esakhuluma lokho kubo, bheka, kwafika umbusi othile, wakhuleka kuye, wathi: “Indodakazi yami isishonile;


Wathi kubo: “Niyakusho kimi lesi saga sokuthi: ‘Nyanga, zelaphe wena;’


Kepha inceku yenduna yekhulu ethile ethandekayo kuyo yayigula, isizakufa.


Ngoba wayelendodakazi eyodwa, eyayileminyaka elitshumi lambili, yona isigulela ukufa. Kepha ekuhambeni kwakhe abantu bamminyezela.


Emva kwalokho wehlela eKapernawume, yena, nonina, nabafowabo, nabafundi bakhe; bahlala khona izinsuku ezingeziningi.


Kwakundawonye oSimoni Petru, noTomase othiwa uDidimu, noNathanayeli waseKhana laseGalile, namadodana kaZebedewu, nabanye ababili kubafundi bakhe.


neHebroni, neRehobe, neHamoni, neKhana, kuze kube seSidoni elikhulu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka