Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 11:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kwathi uJesu embona ekhala, nabaJuda ababeze naye bekhala, wabubula emoyeni, wakhathazeka;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Ngakho uJesu embona ekhala, nabaJuda abafika naye bekhala, wabubula emoyeni, wakhathazeka;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

33 Ngakho-ke uJesu embona ekhala, nabaJuda ababefike naye bekhala, wathinteka kakhulu emoyeni, wakhathazeka,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Kwathi uJesu embona ekhala, nabaJuda ababeze naye bekhala, wabubula emoyeni, wakhathazeka;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 11:33
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wabaqalaza ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo, wathi kumuntu: Yelula isandla sakho. Waseselula; saphiliswa isandla sakhe saba njengesinye.


Wasephendula wathi kuye: O sizukulwane esingakholwayo, koze kube nini nginani? koze kube nini nginibekezelela? mletheni kimi.


Kwafika abaningi kumaJuda kuMarta noMariya ukuze babaduduze ngomnewabo.


AmaJuda ayenaye endlini emduduza, ebona uMariya esukuma masinyane waphuma, amlandela, ethi: “Uya ethuneni ukuyokhala khona.


Wathi: “Nimbeke ngaphi na? Basebesithi kuye: Nkosi, woza ubone.


UJesu wakhala izinyembezi.


Ngakho uJesu ebubula futhi phakathi kwakhe wafika ethuneni. Lalingumhume, kubekwe itshe phezu kwawo.


Kalokhu umphefumulo wami ukhathazekile; futhi ngizothini? Baba, ngisindise kulelihora, kodwa ngenxa yalokhu ngize kuleli hora.


UJesu eseshilo lokho wakhathazeka emoyeni, wafakaza wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Omunye kini uzakungikhaphela.


Jabulani nabathokozayo, nikhale nabakhalayo.


Ngokuba asinaye umpristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu; kodwa walingwa kukho konke njengathi, kodwa engenasono.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka