Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 11:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Eseshilo lokho wamuka, wabiza udadewabo uMariya ngasese, wathi: “UMfundisi ufikile, uyakubiza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Eseshilo lokho wamuka wabiza uMariya udadewabo ngasese, wathi: “UMfundisi ukhona, uyakubiza.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

28 Esekushilo lokho uMartha, wahamba wayobiza uMariya, udadewabo ngasese, wathi: “UMfundisi ukhona, futhi uyakubiza.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Eseshilo lokho wamuka, wabiza udadewabo uMariya ngasese, wathi: “UMfundisi ufikile, uyakubiza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 11:28
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalolo suku, usho uJehova Sebawoti, niyakuqamba, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe phansi komvini naphansi komkhiwane.


Wathi: “Hambani niye emzini kumuntu othile, nithi kuye: ‘Uthi uMfundisi: Isikhathi sami siseduze; ngizakwenza iphasika kwakho kanye labafundi bami.


UJesu wema, wayala ukuba abizwe. Bayibiza impumputhe, bathi kuyo: “Yima isibindi; uyakubiza.


Lapho engena khona, anothi kumninindlu: ‘Uthi uMfundisi: Iphi ikamelo labavakashi, lapho ngingadlela khona iphasika nabafundi bami, na?


Niyakusho kumninindlu ukuthi: ‘Uthi uMfundisi kuwe: Iphi indlu yezihambi, lapho ngingadlela khona iphasika nabafundi bami, na?


Yena wafumana kuqala umfowabo uSimoni, wathi kuye: “Simfumene uMesiya” okungukuthi ngokuhunyushwa uKristu.


UFiliphu wafumana uNathanayeli, wathi kuye: “Simfumene lowo aloba ngaye emthethweni uMose kanye nabaprofethi, uJesu waseNazaretha, indodana kaJosefa.


Umlindisango uyamvulela; nezimvu ziyalizwa izwi lakhe, ubiza ezakhe izimvu ngamagama, aziholele phandle.


Khona uMarta esezwile ukuthi uJesu uyeza, wamhlangabeza; kepha uMariya wahlala endlini.


Wathi ekuzwa lokho wasuka masinyane, weza kuye.


Kepha uJesu wayengakafiki emzini, kodwa wayesekuleyo ndawo uMarta amhlangabeza kuyo.


Ningibiza ngokuthi, Mfundisi, neNkosi; ngoba nginjalo.


UJesu wathi kuye: Mariya. Waphenduka, wathi kuye: Raboni; okungukuthi: Mfundisi.


Ngakho lowomfundi uJesu amthandayo wathi kuPetro: YiNkosi. USimoni Petru, ekuzwa ukuthi yiNkosi, wagqoka ingubo yakhe yokudoba, ngokuba wayenqunu, waziphonsa olwandle.


Ngakho-ke duduzanani kanyekanye, nakhane, njengalokhu nisenza.


Ngakho-ke phakamisani izandla eziwileyo namadolo axegayo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka