Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 10:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Nomfokazi aziyikumlandela, kepha ziyakumbalekela, ngokuba azilazi izwi labafokazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kepha umfokazi azisoze zamlandela, kodwa ziyakumbalekela, ngokuba zingalazi izwi labafokazi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Kepha azisoze zamlandela umfokazi, kodwa ziyakumbalekela, ngokuba azilazi iphimbo labafokazi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Nomfokazi aziyikumlandela, kepha ziyakumbalekela, ngokuba azilazi izwi labafokazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 10:5
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehoshafati wathi: “Akekho omunye umprofethi kaJehova lapha ukuba abuze kuye na?”


Yeka, ndodana yami, ukuzwa ukusola okudukisa emazwini olwazi.


Wathi kubo: “Kuqapheleni enikuzwayo;


Ngakho qaphelani ukuthi nizwa kanjani, ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa; futhi lowo ongenakho uyothathwa kuye ngisho nalokho angathi unakho.


Nezinye izimvu nginazo ezingesizo ezalesi sibaya; nalezo ngimelwe ukuziletha, ziyakuzwa izwi lami; futhi kuyoba mhlambi munye, nomalusi oyedwa.


Nxa esezikhiphile ezakhe izimvu, uhamba phambi kwazo, nezimvu zimlandele, ngokuba ziyalazi izwi lakhe.


Ngokuba siyeza isikhathi abangayikuvuma ngaso isifundiso esiphilileyo; kodwa ngokwezinkanuko zabo bayakuzibuthela abafundisi, beluma izindlebe;


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Kangilibhalelanga ngoba lingalazi iqiniso, kodwa ngoba lilazi, lokuthi kakulamanga avela eqinisweni.


Ngiyayazi imisebenzi yakho, nomshikashika wakho, nokubekezela kwakho, nokuthi ungebekezelele ababi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka