Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 8:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 UFiliphu wayesevula umlomo wakhe, waqala ngawo lowo mbhalo, washumayela ivangeli ngoJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 UFiliphu wavula umlomo wakhe, eqala kulowo mbhalo washumayela ivangeli ngoJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

35 UFiliphu wakhuluma naye, eqala kulowo mbhalo; wamshumayeza ivangeli ngoJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 UFiliphu wayesevula umlomo wakhe, waqala ngawo lowo mbhalo, washumayela ivangeli ngoJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 8:35
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wasevula umlomo wakhe, wabafundisa, wathi:


Eqala kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


UPetro wasevula umlomo wakhe, wathi: Ngeqiniso ngiyabona ukuthi uNkulunkulu kabheki ubuso.


Abanye kubo kwakungamadoda aseKhupro naseKhurene, abathi sebefikile e-Antiyokiya, bakhuluma kumaGreki, beshumayela ivangeli ngeNkosi uJesu.


Kwasekumelana laye izazi ezithile zefilosofi zamaEpikhuru lamaStoyiki. Abanye bathi: Lizakuthini lelipholi? abanye bathi: “Ungathi ungumshumayeli wabangaziwa,” ngokuba wayeshumayela kubo ngoJesu nangokuvuka kwabafileyo.


Ngokuba wawakholisa kakhulu abaJuda, naphambi kwabantu, ebonakalisa ngemibhalo ukuthi uJesu unguKristu.


Abathile kubaJuda abakhipha imimoya emibi ababezulazula bazama ukubiza igama leNkosi uJesu phezu kwababenamademoni, bathi: “Siyanifungisa uJesu amshumayelayo uPawulu.


Sebemmisele usuku, kweza kuye abaningi endlini yakhe yezihambi; wabachasisela, wafakaza ngombuso kaNkulunkulu, ebancenga ngoJesu, ethatha emthethweni kaMozisi lakubaprofethi, kusukela ekuseni kwaze kwahlwa.


Iyakuthuma uJesu Kristu owashunyayelwa kini ngaphambili;


Nsuku zonke ethempelini nasendlini ngendlu kabazange bayeke ukufundisa lokushumayela ngoJesu Kristu.


Umthenwa waphendula uFiliphu, wathi: “Ngiyakuncenga, umprofethi ukhuluma lokhu ngobani na? ngaye, noma ngomunye umuntu na?


Masinyane washumayela emasinagogeni ngoKristu ukuthi yena uyiNdodana kaNkulunkulu.


Kodwa thina sitshumayela uKristu obethelwe esiphambanweni, isikhubekiso kubaJuda, ubuthutha kumaGriki;


Ngokuba nganquma ukungazi lutho phakathi kwenu, kuphela uJesu Kristu, naye obethelwe esiphambanweni.


Nina baseKorinte, umlomo wethu uvulekele kini, inhliziyo yethu yenziwe banzi.


uma-ke nimuzwile, nafundiswa nguye, njengokuba iqiniso likuJesu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka