Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 21:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Induna yenkulungwane yayisisondela, yambamba, yayala ukuba aboshwe ngamaketanga amabili; wabuza ukuthi ungubani nokuthi wenzeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Khona induna yenkulungwane yasondela, yamthatha, yayala ukuba aboshwe ngamaketanga amabili, yabuza ukuthi ungubani nokuthi wenzeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

33 Yayisisondela induna yenkulungwane, yamthatha, yayala ukuba aboshwe ngamaketanga amabili, yayisibuza ukuthi ungubani nokuthi wenzeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Induna yenkulungwane yayisisondela, yambamba, yayala ukuba aboshwe ngamaketanga amabili; wabuza ukuthi ungubani nokuthi wenzeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 21:33
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi uHerode esezomkhipha, ngalobo busuku uPetru wayelele phakathi kwamasosha amabili, eboshwe ngamaketanga amabili, nabalindi phambi komnyango belinda itilongo.


ngaphandle kokuthi uMoya oNgcwele uyafakaza emizini ngemizi, ethi izibopho nezinhlupheko zingilindile.


Kwathi esefikile kithi, wathatha ibhande likaPawuli, wazibopha izandla lenyawo, wathi: Utsho njalo uMoya oNgcwele, ngokunjalo abaJuda eJerusalema bazabopha indoda ephethe lelibhanti, njalo bazamnikela ejele izandla zabezizwe.


Khona basuka masinyane kuye labo ababezakumphenya;


Ngangomuso, efuna ukwazi iqiniso, ukuthi kungani amangalelwe ngamaJuda, wamkhulula eziboshweni, wayala ukuba abapristi abakhulu nomphakathi wonke wabo beze, wamehlisa uPawulu, wammisa phambi kwabo.


Engabaphendula ngathi: Kakusiwo umkhuba wamaRoma ukunikela umuntu ukuthi afe, omangalelweyo engakahlanganisi abammangalelayo, athole ithuba lokuziphendulela ngecala lakhe.


UPawuli wasesithi: Ngithanda kuNkulunkulu ukuthi, kungabi nguwe wedwa, kodwa labo bonke abangizwayo lamuhla, kokubili ngokuseduze, nangokuphelele, babe njengami, ngaphandle kwalezizibopho.


Ngakho ngenxa yalokhu nginibizele ukulibona, ngikhulume lani, ngoba ngenxa yethemba likaIsrayeli ngibotshiwe ngamaketane.


engiyinxusa lazo eziboshweni, ukuze ngikhulume ngesibindi kulo, njengokuba ngifanele ukukhuluma.


njengokuba kufanele ukuba ngikucabangele lokhu nonke, ngokuba nginenu enhliziyweni yami; njengoba naseziboshweni zami, nasekuvikeleni nasekuqiniseni ivangeli, nina nonke ningabahlanganyeli bomusa wami.


INkosi mayiphe umusa endlini ka-Onesiforu; ngokuba wangiqabula kaningi, akabanga namahloni ngamaketanga ami;


engihlupheka ngakho kuze kube sekuboshweni njengomenzi wokubi; kepha izwi likaNkulunkulu aliboshiwe.


Bakhuluma kuye, bathi: “Qha; kepha siyakubopha, sikunikele esandleni sabo; kodwa ngokuqinisekile ngeke sikubulale. Basebembopha ngezintambo ezimbili ezintsha, bamenyusela edwaleni.


UDelila wayesethatha izintambo ezintsha, wambopha ngazo, wathi kuye: “AmaFilisti akuhaqa, Samsoni; Futhi kwakukhona amanga ayehlala ekamelweni. Wawaklebhula ezingalweni zakhe njengocu.


AmaFilisti amthatha, amkhipha amehlo, amyisa eGaza, ambopha ngamaketanga ethusi; waphela amandla etilongweni.


Izikhulu zamaFilisti zamlethela imifino eyisikhombisa eyomileyo, wambopha ngayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka