Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 9:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wahlaba imfuyo yakhe; yaxuba iwayini layo; naye wadeka itafula lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kuhlabile umhlatshelo, kuvubele iwayini lakho; futhi kulungisile itafula lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Kuhlabe umhlatshelo, kwavubela iwayini lakho, kwadeka netafula lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 9:2
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJosefa ebona uBenjamini enabo, wathi enduneni yendlu yakhe: “Buyisela lawa madoda ekhaya, uwabulale, uzilungise; ngoba lamadoda azakudla lami emini.


Abazihlalela ewayinini; abahamba befuna iwayini elixutshiwe.


Wozani nidle isinkwa sami, niphuze iwayini engilixubileyo.


Bengiyakukuhola, ngikungenise endlini kamame, abeyakungifundisa; bengiyakunathisa izinongo zompomegranati wami.


Kule ntaba uJehova Sebawoti uyakwenzela zonke izizwe ukudla okunamafutha, ukudla kwewayini elinenhlese, okunamafutha agcwele umongo, kwewayini elihlutshiweyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka