Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 8:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wonke amazwi omlomo wami asekulungeni; akukho okubi noma okuphambene kuzo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Onke amazwi omlomo wami asekulungeni; akukho okuyisigwegwe nokuphambeneyo kuwo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Wonke amazwi avela emlonyeni wami angukulunga; akukho lutho kuwo okuyisigwegwe nokuphambeneyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 8:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amazwi kaJehova angamazwi ahlanzekileyo, anjengesiliva elivivinywe esithandweni somhlaba, elihlanjululwe kasikhombisa.


Isideleli sifuna ukuhlakanipha, singakutholi, kepha ukwazi kulula koqondileyo.


abazindlela zabo ziyisigwegwe, baduka ezindleleni zabo;


Ngokuba ngininika imfundiso enhle, ningawushiyi umthetho wami.


Ukumesaba uJehova kungukuzonda okubi; ukuzidla, nokuzidla, nendlela embi, nomlomo omubi, ngiyawuzonda.


Ngizifungile mina, izwi liphumile emlonyeni wami ngokulunga, aliyikubuya, ukuthi kimi amadolo onke ayakuguqa, nezilimi zonke ziyakufunga.


Ngubani lo ovela kwa-Edomi, nezingubo ezidayiwe zaseBozira na? lowo okhazimulayo engutsheni yakhe uhamba ebukhulu bamandla akhe? Mina engikhuluma ngokulunga nginamandla okusindisa.


Izikhonzi zaphendula zathi: Kakuzange kukhulume muntu njengalo.


Babonakalisile, ibala labo alisilo ibala labantwana bakhe; bayisizukulwane esibi nesiphambeneyo.


ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenacala phakathi kwesizwe esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka