Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ukuze zikuvikele kowesifazana ongaziwayo, kowemzini othophayo ngamazwi akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ukuze bakugcine kowesifazane ondindayo, kumfokazi owenza bushelezi amazwi akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 ukuze kukuvikele kowesifazane ondindayo, nakowezizwe onamazwi athophayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 7:5
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ukuze ukhulule kowesifazane wezizwe, kowezizwe othophayo ngamazwi akhe;


Umlomo wowesifazane ongaziwa ungumgodi ojulile; omenyanya uJehova uyakuwela kulo.


Futhi kungani wena, ndodana yami, uthakathwa ngowesifazane ongaziwa futhi ugone isifuba sowezizwe?


Ngokuba izindebe zowesifazane ongaziwa ziconsa njengezinyosi, nomlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha.


ukuze ugcinwe kowesifazana omubi, ekuthopheni kolimi lowesifazana ongazi.


Ngenkulumo yakhe enhle kakhulu wamenza wanengwa, ngokuthopha kwezindebe zakhe wamphoqa.


Yisho ekuhlakanipheni ukuthi: ‘Ungudadewethu; futhi ubize ukuqonda ngokuthi isihlobo sakho.


Ngokuba efasiteleni lendlu yami ngalunguza ohlakeni lwami,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka