Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 5:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kodwa ukuphela kwawo kubaba njengentuva, kubukhali njengenkemba esika nhlangothi zombili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha ekugcineni umunyu njengomhlonyane, ubukhali njengenkemba enezinhlangothi ezimbili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 kodwa ekugcineni uyababa njengenhlaba, ubukhali njengenkemba ekhaliphe nhlangothi zombili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 5:4
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amazwi omlomo wakhe abushelelezi kunebhotela, kepha inhliziyo yakhe yayilwa; amazwi akhe ayethambile kunamafutha, nokho ayeyizinkemba ezihoshiwe.


Umphefumulo wami uphakathi kwezingonyama, futhi ngilala phakathi kwabashiswa umlilo, amadodana abantu amazinyo abo ayimikhonto nemicibisholo, nolimi lwabo luyinkemba ebukhali.


Kodwa kakwazi ukuthi abafileyo bakhona; nokuthi abamenyiweyo bakhe basezinzulwini zesihogo.


Ngase ngifumana okubaba kunokufa, owesifazane onhliziyo yakhe iyizingibe namanetha, nezandla zakhe ziyizibopho; othokozisa uNkulunkulu uyakuphunyuka kuyo; kodwa isoni siyakubanjwa yiyo.


Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile, linamandla, libukhali kunezinkemba zonke ezisika nhlangothi zombili, lihlaba kuze kwahlukaniswe umphefumulo nomoya, amalungu nomnkantsha, lahlulela imicabango nezizindlo zenhliziyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka