Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 3:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kuyakuba nempilo enkabeni yakho nomnkantsha wamathambo akho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho nokuhlunyelelwa kwamathambo akho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho, nokuhlunyelelwa kwamathambo akho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 3:8
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amabele akhe agcwele ubisi, namathambo akhe agcwele umnkantsha.


Uyelapha abanenhliziyo eyaphukileyo abophe amanxeba abo.


Amazwi amnandi anjengekhekheba lezinyosi, amnandi emphefumulweni, ayimpiliso emathanjeni.


Ngoba kungukuphila kwabakutholayo, nempilo kuyo yonke inyama yabo.


Kusukela ematheni onyawo kuze kufike ekhanda akukho muntu ophilayo kuwo; kodwa imivimbo nemivimbo namathumba abolayo;


Lapho ubona, inhliziyo yakho iyojabula, namathambo akho ayoqhakaza njengesitshalo; futhi isandla sikaJehova sizokwaziwa ezincekwini zakhe nolaka lwakhe phezu kwezitha zakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka