Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 3:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ndodana yami, ungazivumeli zisuke ebusweni bakho; gcina ukuhlakanipha okuhle neseluleko.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ndodana yami, lokho makungasuki emehlweni akho, ugcine ukuhlakanipha namasu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Ndodana yami, makungasuki emehlweni akho, gcina ukuhlakanipha namasu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 3:21
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukunika abangenalwazi ubuqili, abasha ulwazi nokweluleka.


Ngesifiso udinga umuntu ozahlukanisayo, ogxambukela kukho konke ukuhlakanipha.


Ozuza ukuhlakanipha uthanda umphefumulo wakhe; ogcina ukuqonda uyakufumana okuhle.


Ugcinela olungileyo ukuhlakanipha okupheleleyo; Uyisihlangu kwabahamba ngobuqotho.


Makungasuki emehlweni akho; zigcine enhliziyweni yakho.


Ungamshiyi, futhi uyokugcina; mthande, futhi uyokugcina.


Ukuze ucabangele iseluleko nezindebe zakho zilondoloze ukwazi.


Iseluleko singesami nokuhlakanipha okuphelele; Nginengqondo; Nginamandla.


Khona uJesu wathi kumaJuda akholwe kuye: “Uma nimi ezwini lami, ningabafundi bami isibili;


Kuphela ziqaphele, ulonde umphefumulo wakho, ukuze ungakhohlwa akubonayo amehlo akho, kungasuki enhliziyweni yakho zonke izinsuku zokuhamba kwakho; kodwa uzifundise amadodana akho lamadodana amadodana akho;


Le ncwadi yomthetho mayingasuki emlonyeni wakho; kodwa wozindla ngayo imini nobusuku, ukuze wenze ngokucophelela njengakho konke okulotshwe kuyo;


Ngakho-ke lokho enakuzwa kusukela ekuqaleni makuhlale kini. Uma lokho enakuzwa kwasekuqaleni kuhlala kini, nani niyohlala eNdodaneni nakuBaba.


Kepha ukugcotshwa enakwemukela kuye kuhlala kini, anidingi ukuba ubani anifundise, nihlale kuye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka