Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 1:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba izinyawo zabo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ngokuba izinyawo zazo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 ngoba izinyawo zabo zigijimela ebubini, bayashesha ukuchitha igazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 1:16
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wozani manje simbulale, simphonse emgodini othile, sithi: ‘Udliwe yizilwane ezimbi, sibone ukuthi ayakuba yini ngamaphupho akhe.’


Impela inetha lendlalelwa ize phambi kwamehlo azo zonke izinyoni.


Amazwi ababi afuna igazi, kodwa umlomo wabaqotho uyabasindisa.


Ngokuba abalali bengakenzi okubi; nobuthongo babo buyasuswa, uma bengawisanga.


Amehlo aziqhenyayo, nolimi lwamanga, nezandla ezichitha igazi elingenacala;


Inhliziyo eceba imicabango emibi, nezinyawo ezishesha ukugijimela ebubini;


Izinyawo zabo zigijimela ebubini, bashesha ukuchitha igazi elingenacala; imicabango yabo iyimicabango yobubi; incithakalo nokubhubhisa kusezindleleni zabo.


Kepha uma ukungalungi kwethu kubonakalisa ukulunga kukaNkulunkulu, siyakuthini na? UNkulunkulu ungalungile yini ophindiselayo? (Ngikhuluma njengendoda.)


USawule wazama ukumgwaza uDavide odongeni ngomkhonto; kepha washelela ebusweni bukaSawule, wagwaza umkhonto odongeni; uDavide wabaleka, waphunyuka ngalobo busuku.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka