IsiLilo 2:2 - Contemporary Zulu Bible 20242 UJehova wagwinya zonke izindlu zikaJakobe, akaba namusa kuye; ngentukuthelo yakhe yadiliza izinqaba zendodakazi yakwaJuda; Wabayisa emhlabathini; Wangcolisa umbuso nezikhulu zawo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 INkosi igwinyile onke amakhaya kaJakobe ingahawukelanga. Ngentukuthelo yayo, ibhidlizile izinqaba zendodakazi yakwaJuda, yazidilizela emhlabathini, yangcolisa umbuso nezikhulu zawo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20202 INkosi izibhubhise ngokungenaluzwelo, zonke izindawo okuhlala kuzo uJakobe. Ngentukuthelo yayo, izibhidlizile izigqaba zendodakazi uJuda, yaqumba phansi emhlabathini umbuso, nababusi yabathela ngehlazo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Emva kwalokho, usho uJehova, ngiyonikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, nezinceku zakhe, nabantu, nabaseleyo kulo muzi, esifeni, enkembeni, nasendlaleni, ngibanikele esandleni. Wenkosi uNebukadinesari wasindiswa. YeBhabhiloni nasesandleni sezitha zabo nasesandleni sabafuna ukuphila kwabo; futhi Uyobashaya ngosiko lwenkemba; akayikubahawukela, angabahawukeli, ahawukele.