Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsiLilo 1:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bonke ubuhle bayo buphumile endodakazini yaseSiyoni;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bonke ubukhosi bumukile endodakazini yaseSiyoni; izikhulu zalo sezinjengezindluzele ezingafumani idlelo, zihambile zingenamandla ebusweni babaxoshayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Bonke ubukhazikhazi sebuphelile endodakazini iZiyoni; izikhulu zakhona sezinjengezinyamazane ezingafumani dlelo, zihamba zingenamandla phambi kwabazixoshayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsiLilo 1:6
31 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.


Umuzi wabhodlozwa, wonke amadoda empi abaleka ebusuku ngesango eliphakathi kwezingange ezimbili ezingasensimini yenkosi; amaKaledi ayemelene nomuzi nxazonke, inkosi yahamba yaya ethafeni.


Ibutho lempi lamaKaledi layixosha inkosi, layifica emathafeni aseJeriko, yonke impi yayo yahlakazeka, yasuka kuyo.


EZiyoni, ubuhle obuphelele, uNkulunkulu wakhanya.


Mkhonzeni uJehova ebuhleni bobungcwele; mesabeni, mhlaba wonke.


Yeka ukuthi umuzi othembekile usuphenduke kanjani isifebe! laligcwele ukwahlulela; ukulunga kwahlala khona; kodwa manje bangababulali.


Memeza ujabule, wena owakhileyo eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli ophakathi kwakho.


Futhi uJehova uyodala phezu kwayo yonke indawo yokuhlala yeNtaba iZiyoni naphezu kwamabandla ayo ifu nomusi emini nokukhanya komlilo ovuthayo ebusuku, ngoba phezu kwayo yonke inkazimulo kuyoba khona indawo yokucasha.


Yisho enkosini nasendlovukazini ukuthi: ‘Zithobeni, nihlale phansi, ngokuba ababusi benu bayakwehla, umqhele wodumo lwenu.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, kubo bonke abathunjwa engibathumbile eJerusalema, ngabayisa eBabele;


Ngenxa yomsindo wokunyathela kwezinselo zamahhashi akhe anamandla, nokuduma kwezinqola zakhe, nokuduma kwamasondo akhe, oyise abayikubheka emuva kubantwana babo ngenxa yezandla ezibuthakathaka;


IKeriyoti ithunjiwe, nezinqaba ziyathuthumela, nezinhliziyo zamaqhawe akwaMowabi ngalolo suku ziyakuba njengenhliziyo yowesifazane ezindleleni zakhe.


Wakhipha amehlo kaZedekiya; inkosi yaseBabele yambopha ngamaketanga, yamyisa eBabele, yamfaka etilongweni kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.


indlu kaJehova nendlu yenkosi zasha; zonke izindlu zaseJerusalema nazo zonke izindlu zezikhulu wazishisa ngomlilo.


Tshono kuyo indlu kaIsrayeli uthi: Itsho njalo iNkosi uJehova; “Bheka, ngiyayingcolisa indlu yami engcwele, ubuhle bamandla akho, isifiso samehlo akho nalokho umphefumulo wakho okuhawukelayo; amadodana enu namadodakazi enu aseleyo kini ayakuwa ngenkemba.


“Wena ndodana yomuntu, akuyikuba mhla ngisusa kubo amandla abo, intokozo yenkazimulo yabo, isifiso samehlo abo, nalokho ababeka izinhliziyo zabo kukho, amadodana abo namadodakazi abo,


UJehova uyakuninqoba phambi kwezitha zenu, niphume ukulwa nazo ngendlela eyodwa, nizibaleke ngezindlela eziyisikhombisa, ninyakazeke emibusweni yonke yomhlaba.


Inkulungwane iyakubaleka kanjani, nezinkulungwane ezimbili eziyishumi zingabaleka, uma iDwala labo lingathengisanga ngabo, uJehova ebavalile na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka