Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsAmbulo 18:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 nesinamoni, nempepho, namafutha okugcoba, nenhlaka, newayini, namafutha, nempuphu ecolekileyo, nokolweni, nezinkomo, nezimvu, namahhashi, nezinqola, nezinceku, nemiphefumulo yabantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 nokinamona,* nokunephunga elimnandi, nempepho, namafutha okuqhola, nenhlaka, newayini, namafutha eminqumo, nempuphu ecolekileyo, nokolweni, nezinkomo, nezimvu, namahhashi, nezinqola, nezigqila, nemiphefumulo yabantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 isinamoni, okunephunga elimnandi, impepho, amafutha okuqhola, inhlaka, iwayini, amafutha omnqumo, impuphu ecolisekileyo, ukolo, izinkomo, izimvu, amahhashi, izinqola, izigqila, imizimba nemiphefumulo yabantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 nesinamoni, nempepho, namafutha okugcoba, nenhlaka, newayini, namafutha, nempuphu ecolekileyo, nokolweni, nezinkomo, nezimvu, namahhashi, nezinqola, nezinceku, nemiphefumulo yabantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsAmbulo 18:13
25 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yanika inkosi amathalenta egolide ayikhulu namashumi amabili namakha amatshe amakhulu kakhulu; akuphindanga kufike amakha amaningi njengalawo inkosi uSolomoni eyaphiwa yinkosikazi yaseSheba.


Ngaphezu kwalokho, wayenabathengi nabathengisi beziqholo neyawo wonke amakhosi ase-Arabiya nakubabusi bezwe.


Baletha, kwaba yilowo nalowo isipho sakhe: izitsha zesiliva, nezitsha zegolide, nezingubo, nezikhali, namakha, namahhashi, neminyuzi, iminyaka ngeminyaka.


Basebethatha imfuyo yabo; amakamela abo abe yimihlambi eyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu namakhulu amabili namashumi ayisihlanu, nezimbongolo eziyizinkulungwane ezimbili, namadoda ayizinkulungwane eziyikhulu.


Yanika inkosi amatalenta egolide ayikhulu namashumi amabili, namakha amaningi, namatshe ayigugu; kwakungekho makha anjengalawo indlovukazi yaseSheba eyawanika inkosi uSolomoni.


Ngasengisithi kubo: Sahlenga ngokwamandla ethu abazalwane bethu abaJuda, ababethengiswe kwabezizwe; futhi ningaze nidayise abafowenu na? noma bazothengiselwa thina? Bathula ke bangathola lutho lokuphendula.


Oweba umuntu, athengise ngaye, noma efunyanwa esandleni sakhe, wobulawa nokubulawa.


Ngawufaka amakha umbhede wami ngemure, inhlaba nesinamoni.


Ngenxa yephunga elimnandi lamafutha akho, igama lakho linjengamafutha athululwayo; ngalokho izintombi ziyakuthanda.


Ngubani lo ophuma ehlane njengezinsika zomusi, egcotshwe ngemure nangempepho, kanye nazo zonke izimila zomthengisi?


Ngavuka ukumvulela othandiweyo wami; izandla zami zaconsa imure, neminwe yami imure elimnandi, ezibanjeni zesihluthulelo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso kanyoko, engamala na? Kumbe ngubani kwabakweletayo engithengise kuye? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangenxa yeziphambeko zenu unyoko walahlwa.


OJavani, noThubali, noMesheke babengabathengiselani bakho;


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwa-Israyeli, ngenxa yezine, angiyikuguquka; ngokuba bathengisa olungileyo ngesiliva, nabampofu ngezicathulo.


abaphuza iwayini ezitsheni, bazigcobe ngamafutha amakhulu, kepha abadabuki ngokuhlupheka kukaJosefa.


ukuthi singathenga abampofu ngesiliva, nabampofu ngamabhangqa ezicathulo; yebo, nithengise ngemfucumfucu kakolweni na?


Uma umuntu efunyanwa eba omunye wabafowabo kubantwana bakwa-Israyeli, amenze ukuhweba noma athengise ngaye; khona-ke lelosela liyakufa; futhi kumelwe ususe ububi ngaphansi kwakho.


UJehova uyakukubuyisela eGibithe ngemikhumbi endleleni engasho ngayo kuwe ukuthi: ‘Awuyikuyibona futhi; niyothengiswa lapho ezitheni zenu, nibe yizigqila nezigqilakazi, ningathengwa muntu.


Izifebe, labazingcolisa kanye labantu, amasela abantu, abaqambimanga, abafunga amanga, njalo uba kukhona okunye okuphambana lemfundiso ephilileyo;


Ngokuhaha bayakunenza ngamazwi obuqili; ukwahlulelwa kwabo kwakudala akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Nezithelo umphefumulo wakho ozifisayo zimukile kuwe, nakho konke okumnandi nokubukekayo kumuka kuwe, awusayikuzithola nhlobo.


Abathengisi balezo zinto abacetshiswa ngalo bayakuma kude ngokwesaba ukuhlushwa kwalo, bekhala belila;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka