Hoseya 8:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba nalo liphuma kwa-Israyeli; ngalokho akusiye uNkulunkulu, kepha ithole laseSamariya liyakuchotshozwa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngokuba livela ku-Israyeli; umkhandi walenza, alisiye uNkulunkulu; yebo, ithole laseSamariya liyakuba yizihlephu. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 Ngokuba livela kwa-Israyeli, ingcweti ilenzile, kodwa alisiye uNkulunkulu; impela ithole laseSamariya liyakuba zicucu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi sekuphelile konke lokho, wonke u-Israyeli owayekhona waphuma waya emizini yakwaJuda, waphahlaza izinsika, wagawula izihlahla, wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-altare kuwo wonke uJuda noBenjamini, kwa-Efrayimi noManase. Futhi, baze babashaya bonke ngesiqalekiso. Bonke abantwana bakwa-Israyeli babuyela, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.