Hoseya 7:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Ngosuku lwenkosi yethu izikhulu zayigulisa ngezimvaba zewayini; welula isandla sakhe nabahleka usulu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngosuku lwenkosi yethu izikhulu zazigulisa ngokushisa kwewayini; yona yayiselulela izideleli isandla. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Ngosuku lwenkosi yethu izikhulu zazigulisa ngokushisa kwewayini; yona yelula isandla sayo nezigebengu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.