Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Hoseya 13:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha mina nginguJehova uNkulunkulu wakho kwasezweni laseGibithe, awazi nkulunkulu ngaphandle kwami, ngokuba akakho umsindisi ngaphandle kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Nokho nginguJehova uNkulunkulu wakho kwasezweni laseGibithe; ngaphandle kwami awazi Nkulunkulu, nomsindisi akakho ngaphandle kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Kepha Mina nginguSimakade uNkulunkulu wakho selokhu kwaba seGibhithe; awuyukumazi omunye uNkulunkulu ngaphandle kwami, akekho futhi omunye uMsindisi ngaphandle kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Hoseya 13:4
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngubani phakathi kwabo bonke onkulunkulu bamazwe abasindise izwe labo esandleni sami, ukuba uJehova asindise iJerusalema esandleni sami na?


Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho, oNgcwele ka-Israyeli, uMsindisi wakho; nginikele iGibithe libe yisihlengo sakho, iTopiya neSheba esikhundleni sakho.


Lapho u-Israyeli esengumntwana, ngamthanda ngayibiza indodana yami iphume eGibhithe.


Ngakhuluma ngabaprofethi, ngandisa imibono, ngenza nemifanekiso ngenkonzo yabaprofethi.


Mina-ke, nginguJehova uNkulunkulu wenu kwasezweni laseGibithe, ngisazakunihlalisa emadokodweni njengasezinsukwini zemikhosi.


Ngiyakumnika khona izivini zakhe nesigodi sase-Akori njengomnyango wethemba; iyohlabelela lapho njengasezinsukwini zobusha bayo nanjengasosukwini lokukhuphuka kwayo iphuma ezweni laseGibithe.


Futhi ngizokuganisa entombini yami, futhi uyomazi uJehova.


UJehova wakhuluma enhlanzini, yamkhafulela uJona emhlabathini owomileyo.


Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka