Hoseya 12:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Ungumthengisi, izilinganiso zenkohliso zisesandleni sakhe; uthanda ukucindezela. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 IKhanani linesilinganiso esikhohlisayo esandleni salo, lithanda ukukhahlameza. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 IKhanani liphethe izikali zenkohliso esandleni salo, liyakuthanda ukuqola. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.