Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 4:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UMoridekayi wayeseyala ukuba kuphendulwe u-Esteri: “Ungacabangi ukuthi wena uyakusinda endlini yenkosi kunawo wonke amaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wayesesho uMoridekayi ukuba babuyisele impendulo ku-Esteri ngokuthi: “Ungacabangi enhliziyweni yakho ukuthi wena uyakusinda endlini yenkosi kunabaJuda bonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Wayesebuyisela impendulo ngabo, ethi ku-Esteri: “Ungacabangi ukuthi ngoba wena usesigodlweni uzosinda kubo bonke abaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 4:13
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bamtshela uMoridekayi amazwi ka-Esteri.


Ngokuba uma nithula impela ngalesi sikhathi, kuyakuvela ukwandiswa nokusindiswa kwabaJuda kwenye indawo; kepha wena nendlu kayihlo niyakuchithwa; Ngubani owaziyo ukuthi ungene embusweni isikhathi esinjengalesi na?


Othanda ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; futhi ozonda ukuphila kwakhe kuleli zwe uyokulondela ukuphila okuphakade.


Ngokuba ngenxa yomsebenzi kaKristu wacishe wafa, engakukhathaleli ukuphila kwakhe, ukuze agcwalise ukusilela kwenu ekungikhonzeni.


Ngokuba bhekani yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali, niphele amandla engqondweni yenu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka