Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Inkosi yasikhupha indandatho yayo esandleni sayo, yayinika uHamani indodana kaHameda umAgagi, isitha sabaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Inkosi yakhumula indandatho yayo esandleni sayo, yayinika uHamani indodana kaHamedatha umAgagi isitha sabaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Inkosi yase ikhipha indandatho yokusicilela emunweni wayo, yayinika uHamani, indodana kaHamedatha, umAgagi, isitha sabaJuda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 3:10
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UFaro wayesekhipha indandatho yakhe esandleni sakhe, wayifaka esandleni sikaJosefa, wamembathisa ilineni elicolekileyo, wafaka iketanga legolide entanyeni yakhe;


Emva kwalokho inkosi u-Ahashiveroshi yamphakamisa uHamani indodana kaHamedatha umAgagi, yamphakamisa, yabeka isihlalo sakhe phezu kwezikhulu zonke ezazinaye.


Inkosi yathi kuHamani: “Isiliva linikiwe wena nabantu ukuba wenze kubo okuhle emehlweni akho.


Uma kukuhle enkosini, makulotshwe ukuba babhujiswe, futhi ngiyakunikela amathalenta ayizinkulungwane eziyishumi esiliva ezandleni zalabo abanandaba ukuze bawangenise engcebweni yenkosi.


U-Esteri wathi: “Isitha nesitha nguHamani lo omubi.” Khona-ke uHamani wesaba inkosi nendlovukazi.


Inkosi yakhumula indandatho yayo ebiyithathile kuHamani, yayinika uMoridekayi. U-Esteri wabeka uMoridekayi phezu kwendlu kaHamani.


Futhi lobelani abaJuda egameni lenkosi njengokufisa kwenu, nilinamathelise ngendandatho yenkosi; ngoba umbhalo olotshiweyo ebizweni lenkosi, waphawulwa ngendandatho yenkosi, kawuphenduki muntu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka