Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 2:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Intombazane enhle enkosini mayibe yindlovukazi esikhundleni sikaVashiti. Le ndaba yaba mnandi enkosini; Futhi wakwenza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Intombi enhle emehlweni enkosi mayibe yinkosikazi esikhundleni sikaVashiti.” Yaba nhle leyo nto emehlweni enkosi, yenze njalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Inkosi mayikhethe intombi eyoyithanda, ibe yindlovukazi esikhundleni sikaVashithi.” Sayithokozisa inkosi leso seluleko, yenza kanjalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 2:4
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu namalunga onke akwa-Israyeli.


Leli zwi lalilungile emehlweni enkosi nasezikhulwini; inkosi yenza njengezwi likaMemukani.


Lapho izintombi zibuthana ngokwesibili, uMoridekayi wahlala phansi esangweni lenkosi.


Inkosi mayimise izinduna kuzo zonke izifunda zombuso wayo ukuba zibuthe zonke izintombi ezinhle esigodlweni saseSusa, endlini yabesifazane, ngaphansi kwesandla sikaHege, induna yenkosi, umlindi wabesifazane.


Kwakukhona esigodlweni saseShushani umJuda othile ogama lakhe linguMoridegayi indodana kaJayire kaSimeyi kaKishi wakwaBenjamini;


Kwathi sekugujwa usuku lokuzalwa kukaHerodi, indodakazi kaHerodiya yasina phambi kwabo, yamthokozisa uHerodi.


Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.


Ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka