Esteri 2:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 UMoridegayi wayehamba zonke izinsuku phambi kwegceke lendlu yabesifazane ukuze azi ukuthi u-Esteri unjani nokuthi kuzokwenzekani kuye. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 UMoridekayi wayehamba zonke izinsuku phambi kwegceke lendlu yabesifazane ukuba azi impilo ka-Esteri nokuthi kwenziwe njani kuye. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Nsuku zonke uMoridekhayi wayezidlisa satshanyana ngasesangweni lendlu yabesifazane, ukuze ahogele ukuthi uqhuba kanjani u-Esteri, nokuthi yini ezokwenzeka kuye. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho incekukazi ngayinye ingena ngokudedelana ukungena enkosini u-Ahashiveroshi, isinezinyanga eziyishumi nambili njengomthetho wabesifazane, ngokuba zaphelela kanjalo izinsuku zokuhlanjululwa kwabo, izinyanga eziyisithupha ngamafutha emure, nezinyanga eziyisithupha. Ngephunga elimnandi, nezinye izinto zokuhlanzwa kwabesifazane;