Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




EkaJakobe 2:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngokunjalo noRahabi isifebe akalungisiswanga yini ngemisebenzi, esezamukele izithunywa, esezikhiphe ngenye indlela?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kanjalo-ke noRahabi isifebe wayengalungisiswa ngemisebenzi yini, ezamukele izithunywa eziphumisa ngenye indlela na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

25 Kanjalo uRahabi isifebe akalungisiswanga yini ngemisebenzi ngokuba wemukela izithunywa, wabuye wazishushumbisa ngenye indlela na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Ngokunjalo noRahabi isifebe akalungisiswanga yini ngemisebenzi, esezamukele izithunywa, esezikhiphe ngenye indlela?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




EkaJakobe 2:25
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

uSalimoni wazala uBhowazi ngoRahabi; uBhowazi wazala u-Obede kuRuthe; u-Obede wazala uJese;


Ngumuphi kulaba ababili owenza intando kayise na? Bathi kuye: Eyokuqala. UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Abathelisi nezifebe bangena phambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.


abamamukele uJasoni; bonke laba benza okuphambene nezimiso zikaKesari, bethi kukhona enye inkosi, uJesu.


Ngokukholwa uRahabi isifebe akabhubhanga kanye nabangakholwanga, esamukele izinhloli ngokuthula.


Yebo, omunye angase athi: Wena unokukholwa, mina nginemisebenzi; ngibonise ukukholwa kwakho ngaphandle kwemisebenzi yakho, nami ngizakukukhombisa ukukholwa kwami ngemisebenzi yami.


Uyabona ukuthi ukukholwa kwasebenza kanye nemisebenzi yakhe, nokuthi ukholo lwapheleliswa ngemisebenzi?


Niyabona-ke ukuthi umuntu ulungisiswa ngemisebenzi, kungengokukholwa kuphela.


UJoshuwa indodana kaNuni wathuma amadoda amabili eShithimi ukuba abe yizinhloli ngasese, wathi: “Hambani nibone izwe laseJeriko.” Base behamba, bafika endlini yesifebe, uRahabi, balala khona.


Khona-ke wabehlisa ngefasitela ngentambo, ngoba indlu yakhe yayingaseludongeni lomuzi, futhi wayehlala phezu kogange.


Wathi kubo: “Hambani niye entabeni, funa bahlangane nani abanizingelayo; nicashe khona izinsuku ezintathu, baze babuye abawaxoshayo; emva kwalokho ungahamba.


Owesifazane wawathatha amadoda amabili, wawafihla, wathi: “Kwakukhona amadoda eza kimi, kepha bengingazi ukuthi avelaphi;


Kepha yawayisa ophahleni lwendlu, yawathukusa phezu kwezinhlanga zefilakisi ayezihlelile ophahleni.


Umuzi uyakuqalekiswa, wona nakho konke okukuwo, kuJehova; uRahabi isifebe kuphela oyakuphila, yena nabo bonke abanaye endlini, ngokuba wafihla izithunywa esazithumayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka