EkaJakobe 1:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Kodwa kacele ekholweni engangabazi lutho. Ngokuba ongabazayo ufana negagasi lolwandle eliqhutshwa umoya linyakaziswa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Kepha makacele ngokukholwa engangabazi ngalutho; ngokuba ongabazayo unjengedlambi lolwandle eliqhutshwa, ligujiswa ngumoya. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 Kepha makacele ngokukholwa, engangabazi nakancane, ngokuba ongabazayo ufana nedlambi lolwandle elidudulwa ngumoya, ulise le nale. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible6 Kodwa kacele ekholweni engangabazi lutho. Ngokuba ongabazayo ufana negagasi lolwandle eliqhutshwa umoya linyakaziswa. Uka jalj uñjjattʼäta |