Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 95:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ulwandle ngolwakhe, walwenza, izandla zakhe zabumba umhlabathi owomileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ulwandle ngolwakhe, walwenza; nomhlabathi owomileyo izandla zakhe zawubumba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Ulwandle ngolwakhe, walwenza, nomhlabathi owomileyo wawubumba ngezandla zakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 95:5
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Babona imisebenzi kaJehova nezimangaliso zakhe ekujuleni.


Owenza izulu nomhlaba, nolwandle, nakho konke okukukho, ogcina iqiniso kuze kube phakade;


Uyabutha amanzi olwandle njengenqwaba; Ugcina ukujula ezinqolobaneni.


Engakawenzi umhlaba, namasimu, nezingxenye eziphakemeyo zothuli lwezwe.


Lapho eyala ulwandle ukuba amanzi angeqi umyalo wakhe, lapho emisa izisekelo zomhlaba.


Aningesabi na? usho uJehova, uthi: “Aniyikuthuthumela phambi kwami, mina engabeka isihlabathi emkhawulweni wolwandle ngomyalo waphakade ukuba lungedlule kuwo; uma zibhonga, azinakudlula na?


Wathi kubo: “NgingumHeberu; ngiyamesaba uJehova uNkulunkulu wezulu, owenza ulwandle nomhlabathi owomileyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka