Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 94:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Futhi uyoletha ububi babo phezu kwabo futhi ababhubhise ngobubi babo; yebo, uJehova uNkulunkulu wethu uyakubabhubhisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Uyaphindisela kubo ukushinga kwabo, abaqede ngobubi babo; uJehova uNkulunkulu wethu uyakubaqeda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 Ukukhohlakala kwabo ukuphindisela kubo, uyobaqeda nya ngobubi babo; uSimakade uNkulunkulu wethu uyabaqeda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 94:23
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, ngiyakuthuma umoya phezu kwakhe, ezwe umbiko, abuyele ezweni lakubo; futhi ngiyomenza awe ngenkemba ezweni lakhe.


Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.


Kodwa lapho u-Esteri efika phambi kwenkosi, yayala ngezincwadi ukuba icebo lakhe elibi alicebile ngamaJuda libuyele ekhanda lakhe, futhi yena namadodana akhe baphanyekwe esigxotsheni.


Lokhu makube ngumvuzo wezitha zami zikaJehova nowabakhuluma kabi ngomphefumulo wami.


UJehova uyakunquma zonke izindebe ezithophayo nolimi olukhuluma izinto ezizidlayo.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Bazayekela olwabo ulimi luwele phezu kwabo; bonke abababonayo bazabaleka.


Ububi bakhe buyakubuyela phezu kwekhanda lakhe, nobudlova bakhe buyokwehlela okhakhayini lwakhe.


Ngakho bayakudla isithelo sendlela yabo, basuthe ngamacebo abo.


Omubi uyaxoshwa ebubini bakhe, kepha olungileyo ulindela ukufa kwakhe.


Kodwa ababi bayakunqunywa emhlabeni, nabaphambukayo bayonqunywa kuwo.


Omubi uyakuthatha ububi bakhe, aboshwe ngezintambo zezono zakhe.


Uyakufa engalaywanga; futhi ngobuningi bobuwula bayo uyoduka.


Futhi ngizomhambela kanye nenzalo yakhe kanye nezinceku zakhe ngenxa yobubi babo; ngiyakwehlisela phezu kwabo naphezu kwabakhileyo eJerusalema naphezu kwabantu bakwaJuda konke okubi engikushilo ngabo; kodwa kabalalelanga.


Kepha uma olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, enze izinengiso zonke omubi azenzayo, uyakuphila na? “Konke ukulunga kwakhe akwenzileyo akuyikubizwa;


Izimpondo eziyishumi kulo mbuso zingamakhosi ayishumi ayakuvela, kuvele enye emva kwawo; futhi iyohluka kweyokuqala, futhi iyothobisa amakhosi amathathu.


Futhi emva kwamasonto angamashumi ayisithupha nambili uMesiya uyobhujiswa, kodwa hhayi yena; futhi abantu besikhulu esizayo bayochitha umuzi nendlu engcwele; futhi ukuphela kwawo kuyakuba ngozamcolo, futhi kuze kube sekupheleni kwempi ukuchithwa kumisiwe.


Futhi bonke ububi babantu baseShekemi uNkulunkulu wabubuyisela phezu kwamakhanda abo, futhi isiqalekiso sikaJothamu, indodana kaJerubali, sehlela phezu kwabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka