Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 93:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Imifula iphakamisile, Jehova, imifula iphakamisile izwi layo; izikhukhula ziphakamisa amaza azo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Imifula iphakamisile, Jehova, imifula iphakamisile ukuholoba kwayo; imifula iphakamisa ukuduma kwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Simakade, imifula iholoba ngamandla, imifula iholoba kakhulu, imifula iduma ngamandla amakhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 93:3
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinhlungu zokufa zangizungeza, nezikhukhula zababi zangethusa.


Noma amanzi alo ehlokoma futhi enyakaziswa, noma izintaba zizamazama ngokukhukhumala kwawo. Sela.


Kukhona umfula, imifudlana yawo ethokozisa umuzi kaNkulunkulu, indlu engcwele yamatabernakele oPhezukonke.


Malijabule izulu, umhlaba uthokoze; makuhlokome ulwandle nokugcwala kwalo.


Ngokuba niyakuphuma ngokujabula, niholwe ngokuthula; izintaba namagquma kuyakuqhuma phambi kwenu ngokujabula, nemithi yonke yasendle ishaye ihlombe.


Ngokuba wangiphonsa ekujuleni, phakathi kolwandle; imifula yangihaqa; onke amadlambi akho namaza akho adlula phezu kwami.


Inyoka yakhipha emlonyeni wayo amanzi anjengomfula emva kowesifazane, ukuze immukise nomfula.


Yathi kimi: “Amanzi owawabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, ayizizwe, nezixuku, nezizwe, nezilimi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka