Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 89:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Egameni lakho bayakujabula usuku lonke, baphakanyiswe ngokulunga kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Egameni lakho siyathokoza usuku lonke; ngokulunga kwakho siyaphakanyiswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Sithokoza egameni lakho usuku lonke, siyaphakanyiswa ngokulunga kwakho,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 89:16
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mayijabule inhliziyo yabafuna uJehova.


Izwi likaJehova liyaphula imisedari; yebo, uJehova uyaphula imisedari yaseLebanoni.


Izwi likaJehova lidabula amalangabi omlilo.


Ngokuba inhliziyo yethu iyakuthokoza ngaye, ngokuba sithemba igama lakhe elingcwele.


Ukulunga kwakho angikufihlanga enhliziyweni yami; Ngikwazisile ukuthembeka kwakho nensindiso yakho; umusa wakho neqiniso lakho angikufihlanga ebandleni elikhulu.


NgoNkulunkulu siyakudumisa usuku lonke, sidumisa igama lakho kuze kube phakade. Sela.


Nguwena owadala inyakatho neningizimu: iThabori neHermoni ayakujabula egameni lakho.


O ndlu kaJakobe, wozani sihambe ekukhanyeni kukaJehova.


Ngisondeza ukulunga kwami; akuyikuba kude, nensindiso yami ayiyikulibala; ngiyakubeka insindiso eSiyoni ku-Israyeli, inkazimulo yami.


Ezinsukwini zayo uJuda uyohlengwa no-Israyeli ahlale elondekile; nanti igama lakhe ayobizwa ngalo: INKOSI UBULUNGISA BETHU.


Kumelwe uzibalele amasabatha ayisikhombisa eminyaka, iminyaka eyisikhombisa ephindwe kasikhombisa; isikhathi seminyaka eyisikhombisa yamasabatha siyakuba yiminyaka engamashumi amane nesishiyagalolunye kini.


Kuyakuthi ngolweshumi lwenyanga yesikhombisa nivuthe icilongo ngomnyaka wejubili; ngosuku lokubuyisana niyakubetha icilongo ezweni lakini.


Nomoya wami uyathokoza kuNkulunkulu uMsindisi wami.


Ngokuba ukulunga kukaNkulunkulu kwembulwa kulo, kuvela ekukholweni kuye ekukholweni, njengokulotshiweyo ukuthi: Olungileyo uyakuphila ngokukholwa.


Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.


njalo ngifunyanwe kuye, ngingelakho okwami ukulunga okuvela emthethweni, kodwa lokho okungokholo lukaKristu, ukulunga okuvela kuNkulunkulu ngokukholwa;


Jabulani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Jabulani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka