Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 86:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Phakathi konkulunkulu akakho onjengawe, Nkosi; futhi ayikho imisebenzi efana nemisebenzi yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Phakathi kwawonkulunkulu akakho onjengawe Nkosi; akukho okunjengemisebenzi yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Phakathi kwabo bonke onkulunkulu, akekho onjengawe, Nkosi, akukho okunjengemisebenzi yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 86:8
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, ngakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngiyingcwelise, ngishise impepho phambi kwakhe, kube yizinkwa zokubukwa njalonjalo, kube ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha nangokwethwasa kwenyanga, emikhosini kaJehova uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho waphakade kwa-Israyeli.


Ngokuba ngiyazi ukuthi uJehova mkhulu nokuthi iNkosi yethu iphezu kwabo bonke onkulunkulu.


Kuye yedwa owenza izimangaliso ezinkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Ngoba ngubani ezulwini ongalinganiswa loJehova? Ngubani phakathi kwamadodana anamandla ongalinganiswa noJehova na?


UNkulunkulu uyesabeka kakhulu ebandleni labangcwele futhi uyadunyiswa yibo bonke abamzungezile.


Jehova Nkulunkulu Sebawoti, ngubani onjengawe uJehova na? noma ekuthembekeni kwakho okuzungezile?


Ngokuba uJehova unguNkulunkulu omkhulu neNkosi enkulu phezu kwabo bonke onkulunkulu.


Ngubani onjengawe, Nkosi, phakathi kwawonkulunkulu? ngubani onjengawe, okhazimula ngobungcwele, owesabeka ngezindumiso, owenza izimangaliso, na?


U-Aroni welula isandla sakhe phezu kwamanzi aseGibithe; amasele akhuphuka, asibekela izwe laseGibithe.


Pho lingamfanisa lobani uNkulunkulu? noma ningamfanisa nani na?


Pho lingangifanisa lobani, kumbe ngilingane? Kusho uNgcwele.


Oyisabelo sikaJakobe akafani nazo, ngokuba unguMbumbi wazo zonke izinto; u-Israyeli uyinduku yefa lakhe; nguJehova Sebawoti igama lakhe.


Ngalokho ngiyaleza ukuba bonke abantu, nezizwe, nezilimi, abakhuluma okubi ngoNkulunkulu kaShadiraki, noMeshaki, no-Abhedinego, banqunywe izicucu, izindlu zabo zenziwe iquba, ngokuba akakho omunye uNkulunkulu olandela lolu hlobo angahlenga.


O Nkosi Jehova, usuqalile ukubonisa inceku yakho ubukhulu bakho nesandla sakho esinamandla; ngokuba yimuphi uNkulunkulu ezulwini noma emhlabeni ongenza ngokwemisebenzi yakho nangamandla akho na?


Noma uNkulunkulu wafuna ukuzibuthela isizwe phakathi kwesinye isizwe ngezilingo, nangezibonakaliso, nangezimangaliso, nangempi, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangokwesabeka okukhulu, njengakho konke uJehova akwenzileyo. UNkulunkulu wenze kini eGibhithe phambi kwamehlo enu?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka