Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 78:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Esikuzwileyo nesikwaziyo, nabasitshela khona obaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Esikuzwileyo sakwazi, nawobaba abasitshela khona,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 izinto esezwa ngazo sazazi, esazitshelwa ngokhokho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 78:3
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, iso lami likubonile konke lokhu, indlebe yami ikuzwile, yakuqondisisa.


Isizukulwane siyakuncoma kwesinye isenzo sakho, simemezele izenzo zakho zamandla.


Kumholi wokuhlabelela wamadodana kaKora, iMasigili. Sizwile ngezindlebe zethu, Nkulunkulu, ukuthi obaba basitshela umsebenzi owawenza emihleni yabo, emihleni yasendulo.


Njengoba sizwile, sibonile kanjalo emzini kaJehova Sebawoti, emzini kaNkulunkulu wethu: uNkulunkulu uyakuwuqinisa kuze kube phakade. Sela.


Ukuze ukhulume ezindlebeni zendodana yakho nezendodana yendodana yakho engikwenzile eGibithe, nezibonakaliso zami engazenza phakathi kwabo; ukuze nazi ukuthi nginguJehova.


Uzatshela indodana yakho ngalolosuku uthi: Lokhu kwenziwa ngenxa yalokho uJehova akwenza kimi ekuphumeni kwami eGibhithe.


Abaphilayo, abaphilayo, nguyena oyakukubonga, njengami namuhla; uyise uyakukwazisa abantwana iqiniso lakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka