Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 75:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngiyakunquma zonke izimpondo zababi; kepha izimpondo zabalungileyo ziyakuphakanyiswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Zonke izimpondo zababi ngiyakuzinquma; kepha izimpondo zolungileyo ziyakuphakanyiswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Wonke amandla ezikhohlakali ngiyowaqeda nya, kodwa ngiwandise awabalungileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 75:10
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakubabhubhisa bonke ababi bezwe kusesekuseni; ukuze nginqume bonke ababi emzini kaJehova.


Uyaluphakamisa uphondo lwabantu bakhe, udumo lwabangcwele bakhe bonke; wabantwana bakwa-Israyeli, abantu ababeseduze naye. Dumisani uJehova.


Ngoba wena uyinkazimulo yamandla abo, langokuthanda kwakho uphondo lwethu luzaphakanyiswa.


Kepha nina niyakuluphakamisa uphondo lwami njengolwenyathi, ngigcotshwe ngamafutha amasha.


Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe, nengalo yakhe yaphukile,” usho uJehova.


Usivusele uphondo lwensindiso endlini kaDavide inceku yakhe;


UHana wakhuleka wathi: “Inhliziyo yami iyajabula kuJehova, uphondo lwami luphakeme kuJehova; umlomo wami uvulekile phezu kwezitha zami; ngoba ngithokoza ngensindiso yakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka