Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 74:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wachoboza amakhanda kaLeviyathani, wamnika ukuba abe ngukudla kwabakhileyo ehlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Nguwena owaphohloza amakhanda kaLeviyathani,* wamnika abe ngukudla kwezidalwa zasehlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 NguWena owaphohloza amakhanda kaLeviyathani, wamnika izidalwa zasendle, zamudla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 74:14
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Mabaqalekise oqalekisa usuku, olungele ukuvuka ukulila kwabo.


Abahlala ogwadule bayakukhuleka kuye; izitha zakhe ziyokhotha uthuli.


Ngakho uJehova wakhulula u-Israyeli ngalolo suku esandleni sabaseGibhithe; u-Israyeli wabona abaseGibithe befile ogwini lolwandle.


Ngalolo suku uJehova uyakuhambela ngenkemba yakhe enzima nenkulu nenamandla phezu kukaLeviyathani, inyoka ehlabayo, noLeviyathani inyoka eyisigwegwe; futhi iyobulala udrako osolwandle.


Ningahlubuki uJehova, ningabesabi abantu bezwe; ngoba bayisinkwa sethu; ukuzivikela kwabo kususiwe kubo, futhi iNkosi inathi; ningabesabi.


Yasibamba udrako, inyoka endala, onguSathane, noSathane, yambopha iminyaka eyinkulungwane;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka