Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 72:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Iyakubusa kusukela elwandle kuze kube-selwandle, kusukela emfuleni kuze kube semikhawulweni yomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Iyakubusa kusukela elwandle kuze kube selwandle, kusukela emfuleni kuze kube semikhawulweni yomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Iyakubusa kusukela olwandle kuze kube solwandle, kusukela emfuleni kuze kube semikhawulweni yomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 72:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UHiramu inkosi yaseTire wathuma izinceku zakhe kuSolomoni; ngoba wezwa ukuthi bamgcobile abe yinkosi endlini kayise, ngoba uHiramu wayethanda uDavida njalo.


Cela kimi, ngikunike izizwe zibe yifa lakho, nemikhawulo yomhlaba ibe yimpahla yakho.


Wethulela amagatsha awo elwandle, namagatsha awo emfuleni.


Ngiyakubeka isandla sakhe olwandle nesandla sakhe sokunene emifuleni.


Inzalo yakhe iyakuma kuze kube phakade, nesihlalo sakhe sobukhosi sinjengelanga phambi kwami.


Ngizamisa imingcele yakho kusukela eLwandle lweSikefe kusiya eLwandle lwamaFilisti, kusukela enkangala kuze kufike eNayile; ngokuba ngiyakubanikela abakhileyo ezweni esandleni sakho; futhi kumelwe ubaxoshe phambi kwakho.


Ngiyakunquma inqola kwa-Efrayimi nehhashi eJerusalema, umnsalo wokulwa unqunywe; futhi uyokhuluma ukuthula kwabezizwe; ukubusa kwakhe kuyakuba kusukela olwandle kuze kufike elwandle, futhi kusukela emfuleni iNayile kuze kube semikhawulweni yomhlaba.


Ingelosi yesikhombisa yayisibetha; kwase kuba khona amazwi amakhulu ezulwini, athi: Imibuso yalelizwe isibe imibuso yeNkosi yethu, lekaKristu wayo; futhi iyakubusa kuze kube phakade naphakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka