Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 69:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngokuba ukushisekela indlu yakho kungidlile; nokuhlambalaza kwabakuthukayo kwehlela phezu kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngokuba ukushisekela indlu yakho kungidlile; izithuko zabakuthukayo zingehlele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Ngokuba ukushisekela indlu yakho kungidlile, izinhlamba zabakuthukayo zehlele phezu kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 69:9
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi: “Ngaba nobukhwele obukhulu kuJehova uNkulunkulu Sebawoti, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli basishiyile isivumelwano sakho, badilize ama-altare akho, babulala abaprofethi bakho ngenkemba; ngase ngisele ngedwa; futhi bafuna umphefumulo wami ukuze bawususe.


Futhi njengoba ngiye ngayithanda indlu kaNkulunkulu wami, nginempahla yami, igolide nesiliva, engiyinike indlu kaNkulunkulu wami phezu kwakho konke engikulungisele indlu engcwele indlu,


Udedisile abafowethu kimi, labazana lami sebahlukanisiwe lami.


Ukushisekela kwami kungidlile, ngokuba izitha zami zikhohliwe amazwi akho.


Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke.


Bonke abadlula ngendlela bayayiphanga; uyihlazo komakhelwane bakhe.


Ngokuba noKristu akazithokozisanga yena; kodwa, njengokulotshiweyo ukuthi: Ukuthuka kwabakuthukayo kwehlela phezu kwami.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka