Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 57:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngiyakukubonga, Nkosi, phakathi kwezizwe; phakathi kwezizwe ngifuna ukukuhubela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngizakukubonga, Nkosi, phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Nkosi ngizokubonga phakathi kwabantu, ngikuhashe phakathi kwezizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 57:9
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ihubo likaDavide. Ngiyakukubonga ngenhliziyo yami yonke; phambi kwawonkulunkulu ngizakuhlabelela.


Ngalokho ngiyakukubonga, Jehova, phakathi kwezizwe, ngihubele igama lakho.


Kungani abezizwe bexokozela, nabantu bacabange okuyize na?


Khona ngiyakuya e-altare likaNkulunkulu, kuNkulunkulu intokozo yami enkulu; yebo, ethafeni ngiyakukudumisa, Nkulunkulu Nkulunkulu wami.


Landisani inkazimulo yakhe phakathi kwezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.


Lokuthi abezizwe badumise uNkulunkulu ngenxa yesihawu sakhe; njengokulotshiweyo ukuthi: “Ngalokho ngiyakukudumisa phakathi kwabezizwe, ngihubele igama lakho.


Vuka, vuka, Debora, vuka, vuka, khuluma ihubo; suka, Bharaki, uthumbe ukuthunjwa kwakho, ndodana ka-Abinohama.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka