Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 33:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wenza izinhliziyo zabo zilingane; uyayibona yonke imisebenzi yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 yena owadala izinhliziyo zabo bonke, oqaphela zonke izenzo zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 nguYena owadala izinhliziyo zabo bonke; oqaphela zonke izenzo zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 33:15
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izandla zakho zangenza, zangibumba; nokho uyangichitha.


Ngokuba uyabazi abantu abayize; Ubuye abone ububi; ngalokho akayikunaka na?


UNkulunkulu ngeke yini alihlole? ngoba yena uyazazi izimfihlo zenhliziyo.


Abacebileyo nabampofu bayahlangana: uJehova unguMdali wakho konke.


Uma nithi: Bheka, besingakwazi lokhu; Uyakucabangela lokho inhliziyo ekuzindlayo? ogcina umphefumulo wakho akakwazi na? futhi ngeke yini abuyisele kulowo nalowo ngokwemisebenzi yakhe?


Njengoba ubuso emanzini buphendula ubuso, injalo inhliziyo yomuntu kumuntu.


Bheka, lokhu kuphela engikutholile, ukuthi uNkulunkulu wamenza umuntu waqonda; kodwa bafuna izinto eziningi eziqanjiwe.


Kepha manje, Jehova, ungubaba; silubumba, wena ungumbumbi wethu; thina sonke singumsebenzi wesandla sakho.


Ngokuba amehlo ami akuzo zonke izindlela zabo; azifihlekile ebusweni bami, nobubi bazo abufihlekile emehlweni ami.


Umkhulu ngesiluleko, unamandla emsebenzini, ngokuba amehlo akho avulekile kuzo zonke izindlela zabantwana babantu ukuba unike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.


Futhi abacabangi enhliziyweni yabo ukuthi ngiyakhumbula bonke ububi babo; ziphambi kobuso bami.


Wazenza izizwe zonke ngegazi linye ukuba zihlale ebusweni bonke bomhlaba, wamisa izikhathi ezimisiweyo nemikhawulo yokuhlala kwazo;


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka