Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 18:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ufundisa izandla zami ukulwa, ukuze izingalo zami ziqhamuke umnsalo wensimbi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 ofundisa izandla zami ukulwa, ukuze izingalo zami zinsale umnsalo wethusi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

34 Uqeqesha izandla zami, ukuze ngikwazi ukulwa; izingalo zami zibe namandla okugobisa umnsalo wethusi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 18:34
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wanginika isihlangu sensindiso yakho, nobumnene bakho bungikhulisile.


Ihubo likaDavide. Makabongwe uJehova, mandla ami, ofundisa izandla zami ukulwa neminwe yami ukulwa.


Uphelisa ukulwa kuze kube semikhawulweni yomhlaba; uyaphula umnsalo, aphule umkhonto; inqola uyishisa ngomlilo.


nanjengomoya wokwahlulela kohlezi ekwahluleleni, nanjengezikhwepha kwabaletha impi esangweni.


Usho kanje uJehova kogcotshiweyo wakhe, kuKoresi, osandla sakhe sokunene ngisibambile, ukuba ngehlisele izizwe phambi kwakhe; futhi ngiyothukulula izinkalo zamakhosi ukuze ngivule amasango amabili phambi kwayo; namasango awayikuvalwa;


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Bheka, ngiyakwaphula umnsalo wakwa-Elamu, inhloko yamandla abo.


Ngalolo suku ngiyakwaphula umnsalo ka-Israyeli esigodini saseJizreyeli.


UJehova uNkulunkulu ungamandla ami, wenza izinyawo zami zibe njengezezindluzele, angihambise ezindaweni zami eziphakemeyo. Kumholi wokuhlabelela ngezinsimbi zami zomculo ezinezintambo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka