Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 145:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bayakumemezela phakathi kwezixuku isikhumbuzo sokulunga kwakho okukhulu, bahubele ngokulunga kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bayakweneka kakhulu inkumbulo yobuhle bakho obukhulu, bahube ngokulunga kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Bayakugubha umkhosi bekhumbula ubuhle bakho obukhulu, bahube ngokulunga kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 145:7
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Qhubekela phambili umusa wakho kulabo obaziyo; nokulunga kwakho kwabaqotho ngenhliziyo.


Ngikhulule ecaleni legazi, Nkulunkulu, Nkulunkulu wensindiso yami, futhi ulimi lwami luzakwethaba ngokulunga kwakho.


Nokulunga kwakho kuphakeme kakhulu, Nkulunkulu, wena owenze izinto ezinkulu; O Nkulunkulu, ubani onjengawe!


Egameni lakho bayakujabula usuku lonke, baphakanyiswe ngokulunga kwakho.


Ngithanda ukukhuluma ngomusa kaJehova nodumo lukaJehova njengakho konke uJehova asenzele khona, nokulunga okukhulu kuyo indlu ka-Israyeli abenzele yona ngokobubele bakhe nangobuningi bezizwe ezingcwele umusa wakhe.


Ezinsukwini zayo uJuda uyohlengwa no-Israyeli ahlale elondekile; nanti igama lakhe ayobizwa ngalo: INKOSI UBULUNGISA BETHU.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka