Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 136:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Owasikhumbula ekuthotshisweni kwethu, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 owasikhumbula sisephansi, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 owasikhumbula sinqotshwe yizitha zethu, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 136:23
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wamkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezazinaye emkhunjini;


Uyawuhlonipha umkhuleko wabampofu, angawudeleli umthandazo wabo.


Uyavusa ompofu othulini, aphakamise ompofu ethuneni;


UJehova uyalondoloza abangenalwazi; ngathotshiswa, wangisiza.


Lalela ukukhala kwami; ngokuba ngithotshisiwe kakhulu; ngikhulule kwabangizingelayo; ngoba banamandla kunami.


Kukho konke ukuhlupheka kwabo wacindezelwa, ingilosi yobuso bakhe yabakhulula; othandweni lwakhe nangobubele bakhe wabahlenga; wazithwala, wazithwala zonke izinsuku zasendulo.


Ngokuba ubhekile ubuphansi bencekukazi yakhe, ngokuba bheka, kusukela manje izizukulwane zonke ziyakuthi ngibusisiwe.


Wehlise abanamandla ezihlalweni zabo zobukhosi, wabaphakamisa abaphansi.


Ngoba uJehova uyokwahlulela abantu bakhe futhi azisole ngezinceku zakhe lapho ebona ukuthi amandla azo aphelile, futhi akekho oboshiwe noma osele.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka